More Related Content
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel isizulu-drama-ubhuku-lwamanqe.pdf What's hot (20)
Lecture-Ubunkondlo.pptx.pdf 409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa Ezinye izinguquko zemisindo Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya Izinkondlo zika bw vilakazi(1) Viewers also liked (9)
Nano’ and ‘Living’ matter Isifundo sezincazelo siyaqhutshwa Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi Your digital humanities are in my library! No, your library is in my digital ... How Morphology Changes Bonding in Soft Materials: A Revelation Through Synchr... Izinkondlo zika bw vilakazi FET Phase IsiZulu Language Caps Doc. Sicikoza ngosiba
- 2. IMIPHUMELA YESIFUNDO:
• Okulindelekile ukuthi abafundi kufanele bakwazi ukuhlaziye imibhalo
ngezinga eliphezulu.
• Kufanele bakwazi ukusebenzisa eminye imicwaningo ebhalwe ngabanye
abacwaningi ngenhloso yokuqondisisa imibhalo efundwayo.
• Kufanele bakwazi ukuthi izifenqo zinamuthelela muni enkondlweni.
• Kufanele bakwazi ukuthola umoya wenkondlo, Ubeyefunda.
• Kufanele bakwazi ukuthola umqondo osobala noma umqondo ojulile
enkondlweni.
- 3. AKE SIPHENDULE NAYI IMIBUZO:
• 1. Isakhiwo senkondlo sihlukene kangaki?
• 2. Yini etholakala esakhiweni sangaphakathi lapho sihluza inkondlo sisuke
sibhekani?
- 4. OKUTHOLAKALA NGAPHANSI
KWESAKHIWO SANGAPHAKATHI:
• IFANEKISO YOMQONDO:
• isifaniso, isingathekiso, isenzasilwane kanye nesenzasamuntu.
NB: ukusetshenziswa kwezifenqo noma izifananekiso zemqondo ikona
okwenza ulimi lobunkondlo lujiye okanye lube olobunkondlo.
- 5. SICHAZA IZIFENQO:
• Isifaniso-yilapho kusuke kuqhathaniswa khona izinto ezimbili ezingafani
kusetshenziswa izakhi zokuqhathanisa (okwe, kuhle kwe,njenge) isib: ubaba
unolaka kuhle kwebhubesi.
• isingathekiso-naso siyafana nesifaniso kepha sona asisebenzisi izakhi
zokuqhathanisa . isib: ubaba uyibhubesi.
• isenzasamuntu- siwuhlobo lwesingathekiso lapho amandla ezinto eziphilayo
enikezwa lezo zinto ezingaphili, zenziwe zikhulume, zizwe njlll. Isib: lapho
ukukhanya kwelanga kuxosha ubumnyama, lapho inyanga igcagce nezinkanyezi.
- 6. UKUCHAZWA KWEZIFENQO
KUYAQHUTSHWA :
• isenzasilwane – siwuhlobo lwesingathekiso lapho amandla ezinto eziphilayo
enikezwa lezo zinto ezingaphili, zenziwa zikhulume zizwe njll.
Isib: sifana nempova yakho mbalenhle,
Obhul’ izimpiko zakho yagcwal’ umhlaba.
- 7. SICHAZA UMOYA WENKONDLO:
• Umoya wenkondlo-imbongi ibhala inkondlo ngoba ithintekile emoyeni.
Umoya otholakala enkondlweni, kungaba umoya wothando, umoya
wosizi,umoya wokukhathazeka, umoya wokudikibala.
- 8. UMQONDO OCASHILE/OJULILE
• Ukujula kwendlondlo-ukujula kwenkondlo kuchaza omunye umqondo
othe ukujulangaleyo nkondlo.
• Ngamanye amazwi sibheka umqondo wesibili otholakala enkondlweni.
- 9. SICHAZA UMQONDO WENKONDLO:
• Umqondo osobala-kuyenzeka inkondlo ibe nomqondo owodwa ize
iyophela.
• Ngamanye amagama uma imbongi ikhuluma ngokuphuma kwelanga,
kawukho omunye umqondo ongabuye uphume nawo lapho.